💔 KUSHONE UMFUNDI NGEMVA KOKUSHAYWA NGOMUNYE UMFUNDI EMGWAQENI

 


💔 KUSHONE UMFUNDI NGEMVA KOKUSHAYWA NGOMUNYE UMFUNDI EMGWAQENI 

Kushone umfundi ngemuva kokuthi eshaywe kanzima ngomunye umfundi, kwaze kwaba nesigameko esigcine ngokuthatha impilo yakhe.

Lo mfundi washaywa waze wawa ngekhanda phansi emgwaqeni wetiyela.

Naphezu kokuba esewile, lomfundi obemshaya, uqhubeke nokumshaya kanzima nokumkhahlela, nokuyilapho agcine eshonile khona.

Lesi sigameko sishiye umphakathi kanye nabanye abafundi beshaqekile, njengoba kuphinde kwavela ukukhathazeka ngodlame phakathi kwabafundi.

Buka ividiyo yesigameko ngezansi 👇



Post a Comment

Okushanyana Okudadlana