“NGIZOVEZA ISITHOMBE SETOTOLOZI YAKHE EMPHAKATHINI” — UNKOSIKAZI KAPROPHET MAFOHLA UTHI UKHALA NGOKULAMBA EKAMELWENI.



  “NGIZOVEZA ISITHOMBE SETOTOLOZI YAKHE EMPHAKATHINI” — UNKOSIKAZI KAPROPHET MAFOHLA UTHI UKHALA NGOKULAMBA EKAMELWENI. 

Yazi yabuhlungu into eyenzeka kuProphet Mafohla, njengoba kungakapheli nezinyanga ezimbili beshadile kodwa umakoti wakhe usehambile ekhaya, ekhala ngendlala yocansi.

UMafohla ukhulume ngezinto ezimkhathazayo emshadweni,  unkosikazi  wakhe ekhala ngokuthi ubem lambisa ekamelweni, ethi inkonzo yasekamelweni ibingekho ezingeni eligculisayo, ethi ushaya ama minutes noodles. 

Naye unkosikazi akazange azithulele. Uveze olwakhe uhlangothi kule ngxabano, okuhlanganisa nodaba lokuthi uMafohla wayemsola ngokuthi

V uya-preventer. Yena kuthiwa uveze ukuthi vele ubengafuni ukuzalela uJonas ingane.

Kule ngxabano kuze kwaphuma namazwi ashubile ngesikhathi uMafohla eziphendulela ngezinkinga zabo zasekamelweni. Kuthiwa uthe unkosikazi wakhe “unembobo enkulu”, wathi mhlawumbe yilokho okwenza bengathokozisani, waze wachaza nokuthi uma bekwenza kuba “bhoxo bhoxo.”

Kuphinde kwavela nezinsolo zokuthi unkosikazi wakhe wahlephulela uDlamini ikhekhe. Ngesikhathi ephendula ngalolu daba, uzwakala ethi ubesefile indlala.

Manje unkosikazi kaMafohla uthi usezoveza “itotolozi yakhe emphakathini”, okusho ukuthi kuningi athi kusamele akudalule ngalokho okwenzeka phakathi kwabo.

🎥 Buka ividiyo ngezansi. 

👇



V

Post a Comment

Okushanyana Okudadlana