Umndeni KaMboniseni Dazela Oshonele Ejele Ucela Usizo Lokungcwaba

Umndeni KaMboniseni Dazela Oshonele Ejele Ucela Usizo Lokungcwaba

UMboniseni Dazela wase-Zingolweni, eNodalane kuWadi 30, ngaphansi kuka-Ray Nkonyeni Local Municipality, oshonele ejele e-Cape Town.

Kubikwa ukuthi uMboniseni ubulawe umdlavuza wezinso ngesikhathi edonsa isigwebo seminyaka engu-25.

Umndeni wakhe uthi uswele amandla okwenza amalungiselelo omngcwabo, futhi ucela usizo kunoma yimuphi uMsamariya olungileto ongabasiza ukuze akwazi ukungcwatywa ngesithunzi.

Umfowabo kamufi uthi sekuphele iminyaka emithathu engasebenzi, kanti akekho osebenzayo ekhaya. Uthi isimo sinzima kangangokuthi akanayo neyokuqala imali yokuqala amalungiselelo.


Abafisa ukwelula isandla bangaxhumana nenombolo elandelayo:

📞 076 944 7463





Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1L4pZKUzKK/


Post a Comment

Okushanyana Okudadlana