USINDI MGOZA WADLENGULWA OWESILISA, WAMSHAYA NGESANDO, WAMSHISA WABE ESEMFAKA ETHOYILETHI

 


USINDI MGOZA WADLENGULWA OWESILISA, WAMSHAYA NGESANDO, WAMSHISA WABE ESEMFAKA ETHOYILETHI 

Kubikwa ukuthi uSindi Mgoza ubulawe owesilisa eMpendle, ngemuva kokuthi kuthiwa lo wesilisa uqale wamdlwengula.

Ngokwemibiko, kuthiwa lo wesilisa wabe esemshaya ngesando esiphongweni. Kuthe lapho ebona ukuthi uSindi akashonanga, kuthiwa wamgwaza kabili. 


Kuthiwa ngesikhathi ebona ukuthi uSindi usaphila, lo wesilisa wabe esemshisa, ngaphambi kokuba amfake endlini yangasese.

Lesi sigameko sishiye umndeni nomphakathi waseMpendle uthukile futhi udabukile, njengoba uSindi  ebulawe ngendlela enonya nesabekayo.



Post a Comment

Okushanyana Okudadlana