ABANTU BAKULELI BASHAYE ABANTU BOKUFIKA ETHEKWINI, BETHI KUNGANI BENGALALELI MAKUTHIWA ABAVALE IZITOLO

ABANTU BAKULELI BASHAYE ABANTU BOKUFIKA ETHEKWINI, BETHI KUNGANI BENGALALELI MAKUTHIWA ABAVALE IZITOLO. 

Amabhizinisi athile eDurban CBD aphoqeleke ukuthi avale izolo ngesikhathi kuqhubeka uhlelo lokuhlola amabhizinisi aphethwe abantu bokufika.

Lesi sigameko siholele ekutheni kube nesimo esishubile phakathi kwabantu bakuleli kanye nabantu bokufika abebesebenza kula mabhizinisi.

V

Kubikwa ukuthi abanye abantu bakuleli bashaye abantu bokufika, bebasola ngokuthi abawulaleli umyalelo wokuthi bavale izitolo. Kuthiwa kube nokuphikisana okukhulu, kwaze kwasetshenziswa nezinduku ngesikhathi abanye abantu bokufika bephoqwa ukuvalwa kwamabhizinisi abo.

Buka ividiyo ngezansi:

👇 



V

Post a Comment

Okushanyana Okudadlana