Ezihamba phambili kweZENDAWO

UBHEKENE NE-SAMBANE UTHISHANHLOKO OBONAKALE ESHAYA ABAFUNDI NGEpayipi EZINQENI

 UBHEKENE NE-SAMBANE UTHISHANHLOKO OBONAKALE ESHAYA  ABAFUNDI NGEpayipi EZINQENI



Isabalele kakhulu ezinkundleni zokuxhumana i-video ekhombisa uThishanhloko wasePrestige Secondary School e-Alabama, eKlerksdorp, eNorth West, ebonakala eshaya abafundi ngepayipi ezinqeni.

Ngokusho kwemibiko, kubikwa ukuthi laba bafundi bebeshayelwa ngaphakathi ekilasini ngezinsolo zokuthi bebengawenzanga umsebenzi abebwnikwe wona.

V

Lesi sigameko sesidale umsindo omkhulu, njengoba uMnyango Wezemfundo usuphenya ngalesi sigameko esiqoshwe nge-video.

Abanye abazali bathukuthele kakhulu ngendlela uThishanhloko abonakale ebaphatha ngayo abafundi, kanti abanye bathi ukushaywa kwezingane esikoleni akwamukelekile, ngakho kufane amizwe emsebenzini.

Buka ividiyo esigabeni sokuphawula.

V



Post a Comment

Okushanyana Okudadlana