Owesilisa ushone engozini yemoto esanda kushada.
Umdeni ka Nkokheli Twabu ukhiphe isitatimende uveza ukuthi ingane yabo ayisekho emhlabeni, ibandakanyeke engozini yemoto.
Kuthiwa uNkokheli ebeya ekhaya ngoba umkakhe ubesezoteta ngoba ezithwele wabandakanyeka engozini yemoto.
Ingane yakhe izalwe ngosuku lwakhe lokufa, okushiye umdeni kanye nonkosikazi wakhe bengazi bathathe ini bahlanganise nani.
Ingozi yemoto yenzeke ngase O. R Tambo Airport, eGoli
𝙠𝙪𝙩𝙝𝙞𝙬𝙖 𝙡𝙚𝙣𝙨𝙞𝙯𝙬𝙖 𝙞𝙗𝙞𝙢𝙩𝙝𝙖𝙣𝙙𝙖 𝙪𝙣𝙠𝙤𝙨𝙞𝙠𝙖𝙯𝙞 𝙬𝙖𝙮𝙤 𝙣𝙤𝙢𝙣𝙙𝙚𝙣𝙞 𝙬𝙖𝙮𝙤 𝙠𝙖𝙣𝙩𝙞 𝙣𝙖𝙨𝙚𝙢𝙥𝙝𝙖𝙠𝙖𝙩𝙝𝙞𝙣𝙞 𝙠𝙪𝙩𝙝𝙞𝙬𝙖 𝙪𝙗𝙚𝙬𝙪 𝙨𝙞𝙯𝙤 𝙚𝙠𝙝𝙖𝙮𝙖 𝙠𝙪𝙗𝙤 𝙠𝙪𝙨𝙚 𝘽𝙞𝙯𝙖𝙣𝙖 𝙀𝘾 𝙠𝙤𝙙𝙬𝙖 𝙪𝙗𝙚𝙝𝙡𝙖𝙡𝙖 𝙚𝙂𝙤𝙡𝙞 𝙣𝙜𝙤𝙢𝙨𝙚𝙗𝙚𝙣𝙯𝙞 𝙬𝙖𝙠𝙝𝙚 𝙬𝙤𝙠𝙪𝙗𝙖 𝙣𝙜𝙪 𝘿𝙟







Thumela amazwana