Ugogo uMaweni ukhala ngomyeni wakhe ofuna ucansi kathathu ngosuku

Ugogo uMaweni ukhala ngomyeni wakhe ofuna ucansi kathathu ngosuku
Inyanga yendabuko edumile ebizwa ngokuthi ugogo Maweni ukhala ngomyeni wakhe uSabelo omfuna ucansi nsuku zonke, ngisho kathathu ngosuku. 

UGogo Maweni uveze lezi zindaba esiteshini i-158, uthi umyeni wakhe akamniki ithuba lokuphumula futhi useze wafika ezingeni lokugedla amazinyo ngenxa yocansi oluqhubekayo. 

Uthi wake wathi ezogeza wabona umyeni wakhe ngemuva kwakhe, akambuzi lutho uvele amphuthume ngento ecijile, noma esendumbeni nasekhishini. 

Ngezinye izikhathi umgijimisa endlini yonke baze baphelele kamelweni lokulala zishe.

 UGogo uMaweni uthe yebo mdala kakhulu kunomyeni wakhe kodwa manje kubonakala sengathi usengumntwana ngenxa yendlela umyeni wakhe amphatha ngayo.

Post a Comment

Okushanyana Okudadlana