Intombazane egama layo linguLuthando Ntshangase yaseZindongeni kwa-H eMlazi itholwe inqunu ibulewe.
Intombazane efake izibuko ngowesifazane obulewe kanti owesifazane ogqoke isikibha esimnyama unina wentombazane ebulawe, igama likanina wentombazane uSindisiwe Ntshangase.
Unina wengane kuthiwa sekuphele amasonto amathathu edukile kanti akazi ukuthi ingane yakhe isishonile.
Umndeni ucela noma ngubani ombonayo ukuthi amtshele ukuthi akaphuthume ekhaya, uyadingeka.
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1CZ3C9HHN7/



Thumela amazwana