UMthobisi Mkhize waseFolweni ufunwa ngecala lokunukubeza ingane eneminyaka engu-5

UMthobisi Mkhize waseFolweni ufunwa ngecala lokunukubeza ingane eneminyaka emihlanu-5 ubudala. 

 Ngo-Okthoba 11, 2025 eFolweni endaweni yaseBodini eBlocksini, uMthobisi wabiza ingane kamakhelwane uNondu Ndlovu eyithuma esitolo. 

Lapho ingane ibuya, uMthobisi umngenise endlini, wehlisa iphenti lengane, wayikhotha maqede ayifake umunwe ezithweni sangasese . 

Kuvulwe icala emaphoyiseni aseFolweni.  ngemva kwesigameko lomlisa, wanyamalala. 

Uma kwenzeka umbona  lomlisa uyacelwa ukuba ushayele lezizinombolo: 061 036 9312 / 084 796 0594.






Post a Comment

Okushanyana Okudadlana