Kuboshwe umahosha (21) ngokuzama ukushumpula isitho sangasese se-Client


Kuboshwe umahosha oneminyaka engu-21 ubudala ngokuzama ukushumpula isitho sangasese se-Client 

Amaphoyisa aseMonkey Bay abophe UMAHOSHA oneminyaka engu-21 osebenza ngokudayisa ucansi igama lakhe uRegina Justine simdalula ngoba usevelile enkantolo.

kubikwa ukuthi uzame ukushumpula isitho sangasese se Client lakhe eligoloze ukukhokha emuva kokuthi enze ucansi nalo ubusuku bonke ekuseni lalandula uma sekumele likhiphe imali ngokusho kwakhe ila impi iqale khona. 

Ngokusho kwesisulu kubikwa ukuthi siphikile ukuthi senze ucansi sithe ngendlela ebesidakwe ngakhona sivele sabeka isandla kwikhofonoza qede sazumeka ngesikhathi sekumele uqalwe umsebenzi besesilele ila lowesifazane eqambe emanga khona wathi ulalile naye emsukela kube sekuqala impi owesifazane wazama ukumshumpula isitho sakhe sangasese nge reyza. Isisulu okwamanje singeniswe eMonkey Bay Community Hospital, lapho sithola khona ukwelashwa

Post a Comment

Okushanyana Okudadlana