Owesilisa obelwa nobugebengu endaweni udutshulwe wabulawa ngaphandle komuzi wakhe.
UTsepo Dikeledi (48) kuthiwa udutshulwe wabulawa ngamadoda amathathu abehlomile.
Kuthiwa uhlaselwe izolo ntambama ngaphandle komuzi wakhe wadutshulwa washonela khona lapho.
Lo mlisa kuthiwa ubeyimenenja enkampanini yonogada eSoweto kanti kuthiwa unebuzonda ubugebengu futhi engazwani nezigebengu.
Umndeni wakhe nomphakathi usashaqekile ngalesi sigameko







Thumela amazwana