Umculi weGospel uSechaba usecwile ophuzweni oludakayo




Umculi weGospel uSechaba usecwile ophuzweni oludakayo. 

USechaba Pali ubukeka eselahle ithawula ngempilo yakhe, muva nje ubonakale kuTik Tok esithombeni  edakwe emanzi te engazazi  nokuthi ungubani.


 USechaba uzokhumbula ukuthi washonelwa ngunkosikazi wakhe engozini enyantisayo eminyakeni emibili edlule waveza ukuthi uzama ngakho konke okusemandleni akhe ukudambisa isimo njengoba ebhekene nesikhathi esinzima futhi utshwala yibona kuphela obumduduzayo. 


Uveze ukuthi unengoma entsha azephuma esihloko sithi Empa Ho tolti!



Post a Comment

Okushanyana Okudadlana