Kuthungathwa uSne Ndokweni Obaleke Ngemva Kokubulala Isoka Lakhe Ebeselimlobolile



Kuthungathwa uSne Ndokweni Obaleke Ngemva Kokubulala Isoka Lakhe Ebeselimlobolile eMgungundlovu 

Umphakathi wase-Zinketheni eMgungundlovu esifundazweni iKwaZulu-Natal ushaqekile ngemuva kwesehlakalo esibuhlungu esiholele ekuthei owesifazane, uSne Ndokweni, abaleke ngemva kokubulala isoka lakhe, uFannie, owayesemlobolile futhi besebethandane isikhathi eside.

Ubuhlobo Obude Buphele Ngodlame

Kuthiwa uFannie ubesethandana noSne isikhathi eside kwaze kwaba wumuntu aphila naye impilo yonke, waze wamlobola. Kodwa  ubudlelwano babo bugcine ngokopha, ngesikhathi uSne ehlasela uFannie ekhaya.

Ingane Iye Yabaleka Ngokwehlisa Iwindi

Ngokusho kwabahlali, ngesikhathi kwenzeka lesi sehlakalo, bekunengane ngaphakathi endlini. Ingane ibikwa ukuthi isizwe  ukuphuma ngewindi yabaleka ngesikhathi izinto zingasahambi kahle phakathi kukaSne noFannie.

Owesifazane Ogcwele Amathafa

Kuyimanje uSne kuthiwa ugcwele amathafa,akaziwa ukuthi usebhacephi. 

Amaphoyisa alindeleke ukuthi angenelele ngokuphelele njengoba sekuqale uphenyo nokuthungatha lowesifazane 

Umphakathi Uthi Uvalo Lusezingeni Eliphezulu

Abanye abahlali bathi isimo sibashiya bebambe ongezansi. 


Post a Comment

Okushanyana Okudadlana