Ngingowesilisa (30) waseNewcastle sengikhathele ukwenza ucansi nogogo (70) ongumqashi wami.

Ngingowesilisa oneminyaka engu (30) ubudala waseNewcastle, sengikhathele ukwenza ucansi nogogo oneminyaka engu (70) ubudala ongumqashi wami.

Ngingowesilisa oneminyaka engu-30 ubudala, ngihlala e-Mndozo, Osizweni eNewcastle, KwaZulu-Natal. Ngisebenza njengomhlanzi wamajalidi, umsebenzi engawuthola ngo-2023 emzini kaGogo noMkhulu. UMkhulu wangiqasha, futhi sikhulele ekusebenzeni ngokwethembana. Kodwa ngo- 2024 umkhulu washona, futhi ngangicabanga ukuthi umsebenzi wami uzophela. Kodwa ugogo wangimangaza—wangitshela ukuthi ngiqhubeke nokusebenza ngoba uthe uyaludinga usizo lwami.

Ugogo, owayenguthisha, usathatha umhlalaphansi futhi umi kahle ngokwezimali. Izingane zakhe zinemizi yazo, indodana yakhe endala ihlala eThekwini, enye ihlala eDundee bese kuthi indodakazi yakhe iseGoli. Bayamvakashela uma kungamaholidi, ikakhulukazi njengoba kuzoba uKhisimusi.

Kwakukhona nosisi wasekhishini, kodwa ngemuva kwe-Easter kulonyaka ugogo wamxosha. Wathi useyokwenza izinto zakhe yedwa, wabe esengicela ukuthi ngilale emzini wakhe ngoba kungase kube kabi ukuba owesifazane ahlale yedwa. Ngavuma ngoba ngangimthembile futhi ngangingaboni lutho olubi.

Kodwa izinto zaguquka ngoJune kulonyaka. Ngolunye usuku, ugogo wangicela ukuthi ngimgcobise irubbing stuff ngoba ephethwe izinhlungu emzimbeni. Ngamgcoba impela emzimbeni wakhe, ngicabanga ukuthi umncane nje umsebenzi. Kodwa wagcina esehleka kancane, ethi “ngiyamthinta kahle… ngimgcoba kahle.” Kwathi kungazelelwe, wangicela ukuthi senze ucansi.

Wangibamba ngokuthi akekho ozokwazi ngalokhu. Wangiphoqa ngezwi elithambile elixubene namandla. Nami ngaqina buthule, ngaphenduka umuntu obamba umoya, ngenza engingangithandi. Ngangicabanga ukuthi kuzokwenzeka kanye kuphela. Kodwa akuzange kuqedwe. 

Kusukela ngalolo suku, ucansi lwaba yinto yansuku zonke, ngimdavaza ekuseni, emini, nakusihlwa. Ugogo usengifuna ngazo zonke izindlela, sengathi ngiyithoyizi, hhayi umuntu. Ngase ngiqaphela ukuthi mhlawumbe yingakho wagcina esexoshe nosisi obe-cleana, ngabona ukuthi lento wayesiyihlele kudala.

Isitayela sikagogo socansi asithandayo i-doggystyle futhi ngezinye izikhathi ngimdavazela kubhavu uma sigeza.

Ezimalini izinto zashintsha kakhulu. Ngangiholelwa uR500 ngenyanga ngesikhathi ngihlanza ijalidi kuphela. Kodwa manje uyangipha uR3000, 4000  ngenyanga, aze angiphe nokudla engizobaphathela kona uma ngiyobabona ekhaya.Imali anginika yona iyangisiza ekhaya. Imali esengizibekele yona i-over - R15 000 kwi account yami yasebhange. Kodwa sengizizwa sengiboshelwe kule mali. Ngizibona sengathi angeke ngikwazi ukuhamba ngoba ngizocabanga ngezidingo zasekhaya.

Ezinye izimpawu ezingivusa kabi ukuthi isango likaGogo selihlale livaliwe. Abantu bayafona, kodwa ugogo uvele athi akekho noma angavuli nhlobo. Mina naye sesiyizinto ezimbili ezivalelwe ekhaya. Nami sengiqale ukulahlekelwa yithuba lokuba nobudlelwano nothandwa yinhliziyo yami, ngiyafisa ukuba nomuntu olingana nami, osemncane njenganami. Umama wengane yami naye useyavele usola ukuthi kukhona okungahambi kahle, kodwa ngiyaphika ngoba angazi ngingaqala kuphi.

Inkinga enkulu ukuthi sengiphenduke isigqila socansi. Ngiyazizwa sengathi umoya wami uboshelwe. Ngisakhathazekile ngokuthi iminyaka yami iyadlula, ngenze izinto engizisola ngazo. Kodwa ngakolunye uhlangothi, ngiyesaba ukushiya ngoba ugogo uyasibekezelela kahle isimo sasekhaya futhi unginika imali. 

Ugogo uthe uma izingane zakhe seziza ngoKhisimusi, zizoze zihambe ngemuva kuka-New Year ka-2026, futhi ngingabuya ekuqaleni kuka-January. Uthi angithathe ukukhululeka ngalezo zinsuku. Kodwa angazi ukuthi uma ngibuya, le nto esiyenza nogogo izophinde iqhubeke kanjani.

Namhlanje ngibeka le ndaba phambi kwabantu ngoba ngifuna iseluleko.

Ngicela iseluleko.

Uma kunguwena oyimi, ubengenza kanjani kulesimo sami?


Post a Comment

Okushanyana Okudadlana